Izixazululo Zethu Isizulu Sanamuhla Ibanga 7

zixazululo zethu isiZulu Incwadi Kathisha yoLimi Lwebele Ibanga 7 ithathiselwe eMqulwini wezeMfundo IsiTatimende seNqubomgomo yoHlelo lweziFundo nokuHlola (CAPS) isiZulu uLimi Lwebele.
Izixazululo zethu isiZulu Incwadi Kathisha yoLimi Lwebele Ibanga 7 ithathiselwe eMqulwini wezeMfundo IsiTatimende seNqubomgomo yoHlelo lweziFundo nokuHlola (CAPS) isiZulu uLimi Lwebele. Izixazululo zethu isiZulu Incwadi Kathisha yoLimi Lwebele yenziwe futhi yahlelelwa ukweseka ukufundiswa nokufundwa koLimi Lwebele ngokuthi inikeze ulwazi olungafundiswa futhi lwenziwe ekilasini. Esifundweni ngasinye abafundi bazo: Hlaziya lokho abavele sebekwazi mayelana nesihloko; Bafunde amaphuzu amasha aphathelene nesihloko; Bazejwayeze besebenzisa ulwazi, ukuqonda kanye namakhono abawazuze esifundweni Ngaphezu kwalokho, abafundi bathola lokhu: Umsebenzi wasekhaya owengeziwe; Imisebenzi eyongeziwe esiza ekuzithuthukisweni komfundi; Iqoqa lokubuyekezwa komsebenzi osuwenziwe. Kungaba umsebenzi wesonto elilodwa noma ngaphezulu. Izixazululo zethu Incwadi Kathisha yesekelwe: Izixazululo zethu Incwadi Yokufunda; Izixazululo zethu Incwadi Yomfundi Lezi zincwadi zinikeza konke okudingwa nguthisha kanye nomfundi ukuze baqonde kahle okufundiswayo nokufundwayo. Izixazululo zethu Ulimi Lwebele, isixazululo esiphelele sasekilasini.

T.E. Hadebe, T.L. Ngema

R356.00

Available on back-order

SKU: 9781431014231 Categories: , ,

Description